- Makuphawule ngokuveza indikimba ngokwenkundla ngayinye kumdlalo inzima le ndlela
Veza izinto okungafanele zenziwe ngokwemigomo yenyanga enkulu iNhliziyombi
lencwadi ikhuluma ngomndeni wakagasa ubaba uqhilika gasa ugumnikazi wevalelisa owashona emva kokungawulandleli umyalezo kanhliziyombi okuyinyanga ayethwale kuyo .emva kokushona washiya ibhokisi elalinegundane eliphilayo nogebhezi lomuntu .naye owagcina ethwalile
Lo ngumdlalo okhuluma ngendikimba yokuthwala.Umlingiswa oqavile uMqapheli Gasa uzithola esenkingeni enkulu ngemuva kokushona kukayise uQhilika obengusomabhizinisi oyinjinga futhi awazizayo.Umngani kayise,uMagqubu umnikeza ibhokisi elincane elinogebhezi lomuntu kanye negundane eliphilayo.Umyalela ukuba abone inyanga okwathwala kuyo uyise ethwalela ukuba yisigwili.
Indikimba ye novel imayelana nokuthwala.
Isizinda: Lapha sisuke sibheka indawo ukuth umdlalo wenzeka kuphi kungaba semaphandleni noma edolobheni kumbe ixubile. kube inkathi eyamanje noma eyasemandulo siphinde sibheke nesimo senhlalo ukuth abalingiswa bahlalisene kahle noma kabi.
Indawo isedolobheni, isimo senhlalo asisihle neze nakhu phela umfana ethola kumele alandele ezinyathelwen zikayise zokuthi athwale ukuze amabhizinisi kayise angawi. inkath yamanj ngoba kukhona izimoto namafoni
Indawo : Lo mndlalo wenzeka kwelinye lamalokishi aseMgungundlovu. Lelilokishi lakhiwe Abantu abasuka ezindaweni ezahlukene. iningi labo baphila Impilo yesimanje ephucuzekile. abanye basuka emakhaya kanti abanye basuka kwamanye amalokishi.
Udweshu encwadini ethi inzima lendlela
Udweshu lwangaphakathi ilapho khona ukhosi edlinza ngemicabango yakhe ukuthi kungani manje umqapheli esefuna ingane.
Udweshu lwangaphakath ilapho khona uMqapheli edliwa ukuth kumele engene ezichathulwen zikayise wakhe elokhu ezibuz ezphendul ukuthi uzokwenzenjan ngob ephithen ikhanda ukuthi kumele ethwalele amabhizinisi.
Isihloko salendaba sinabudlelwano buni nesizinda salomdlalo