UMUNTU – Lapha kukhulunywa ngami nawe esingezona izilwane.
UKULAHLA – Lapha kukhulunywa ngokuhlukana nento ongasayidingi engesenamsebenzi kuwena. Kungaba ukuyifaka emgqonyeni okanye ukuyiphosa ezaleni.
Iqiniso ukuthi awukho umgqomo womuntu ngisho ngabe useyisibotho kanjani noma usehluphe kanjani kodwa awukho umgqomo ongamufaka kuwona.
Sisho ukuthini ke lesisho empilweni?
Nongathembisi kodwa kwesinye iskhathi uyakwenza okuhle.
Jabu Nkosi Answered question June 29, 2021