Ngicela incazelo yalesaga esithi “Usifumbu ubona uqhaqhazela”?
admin Selected answer as best July 6, 2021
Umunti kulula ukubona nokukhuluma ngezici zabanye akhohlwe ukuthi naye unesakhe. Usifumbu umuntu oneqolo eligobile lakhukhumala noma lafutheka laba isifumbu. Uqhaqhazela umuntu onomzimba ohlale uqhaqhazela untekenteke.
Umchazi Wodweshu Answered question June 8, 2021