Lapha abantu basuke becuphene ngokuthi omunye uyoze alenze
iphutha komunye. Lowo ocushiwe uma eke wangena kulowo mgoga ufa
eshunqa. Kuyaziwa ukuthi iziboya zesikhumba sikanogwaja zisuka
kalula. Kuyabonakala-ke ukuthi 10 mntanomuntu usuke ecushwe ngento
okungelula ukuba aphunyuke kuyo
Anonymous Answered question April 21, 2021