Bengifisa ukwazi ukuthi ngabe yini inkece?
Mabuza Changed status to publish July 9, 2021
Inkece = Imali
Kukhona amagama amqondo fanana, noma achaza into eyodwa. Lamagama abaluleke kakhulu kwaZulu ngenxa yokuthi ayeyindlela yokuhlonipha.
isibonelo: uma igama likababezala kamakoti kuwuManzi, wayengeke alisebenzise kodwa uma ekhuluma ngamanzi wayezothi amandambi noma amacubane.
admin Selected answer as best July 6, 2021