Bengifisa ukwazi ukuthi yini inoveli?
Anonymous Posted new comment August 9, 2022
Inoveli umbhalo oyindaba ende ongeke uyifunde usuku olulodwa, ehlukene ngezahluko futhi inezingqinamba eziningi ezshlukene.
Bengifisa ukwazi ukuthi yini inoveli?
Inoveli umbhalo oyindaba ende ongeke uyifunde usuku olulodwa, ehlukene ngezahluko futhi inezingqinamba eziningi ezshlukene.
Inoveli umbhalo omude lapho okusuke kuxoxwa kuwo indaba eyenzekekubalingiswa abathile endaweni ethile nangesikhathi esithile. Imvamisa Kuba ngumlobi osixoxela lendaba noma kube ngumlingiswa omkhulu endabeni okunguyena osizekela ngezigameko ezenzeka endaweni