Bengifisa ukwazi ukuthi ngabe yini ubomvu in english?
admin Selected answer as best June 24, 2021
- UBOVU – Lapha kukhulunywa ngohlobo loketshezi olutholakala esilondeni olujwayela ukuba phuzi lokhu okudambile isilonda esinobuvu sibuhlungu nokho.
- BOMVU – Lapha kukhulunywa ngomubala otholakala ezintweni ezinjengegazi njalo njalo.
- IBOVU – Lolu uhlobo lukamazenzele lwesgcobo abantu besifazane abajwayele ukulikhatha ebusweni ukuvikela ilanga ikakhulukazi kulabo abasebenza isikhathi eside emasimini kanti nezangoma zilukhonzile loluhlobo lwesgcobo.
Anonymous Answered question June 17, 2021