Bengifisa ukwazi ukuthi ngabe yini umqondo ocashile?
Anonymous Posted new comment May 5, 2022
Umqondo wenkondlo yilokho okushiwo yimbongi enkondlweni yayo. Imbongi iyaye isebenzise amagama athile kodwa ibe iqonde okwehlukile kuwona ngokomqondo. Lokho-ke sikubiza ngomqondo ocashile noma ojulile wenkondlo.
Mamlambo Answered question June 10, 2021
Umqondo ocashile wenkondlo noma yilapho imbongi ihaya inkondlo yayo ngento esiyibonayo kodwa ibe iqonde enye into.
Jabu Nkosi Answered question June 10, 2021
UMQONDO OCASHILE/OJULILE
• Ukujula kwendlondlo-ukujula kwenkondlo kuchaza omunye umqondo othe ukujulangaleyo nkondlo.
• Ngamanye amazwi sibheka umqondo wesibili otholakala enkondlweni.
Anonymous Answered question June 10, 2021
Ngifun kwaz ngomqondo ocashile nomqondo osobala kut makuthiwa khipha umqondo osobala no julile kuthiwa yenzanjn ukukhipha knjn lokho??