Bengifisa ukwazi ukuthi ngabe yini umhlonyana?
Mabuza Changed status to publish May 20, 2021
Inyama ekugadela umtwana ngeskhathi esesiswini, i’cover’ umtwana. Ngesikhathi ubeletha esephumile umtwana uyaphusha bese iyaphuma naleyonyama. Kuphinde kube umuntu okugadela umtwana uma esetetiwe.
Sindile Gazu Answered question March 30, 2021
Isigubhu okuhlala kuso ingane esiswini siyivikela siyifukamele kuze kube iyazalwa, isona ke umzanyana. Ngobuciko babantu abadala basebesebenzisa lesosimo baqamba umuntu okugadela ingane ngoba usuke ewumkhulisi wayo futhi eyivikela engumfudumezi wayo.
Kwanele Nzuza Answered question March 30, 2021