Bengifisa ukwazi ukuthi ngabe yini umzwangedwa?
Usuke ukhumbula umuntu obumthanda ngaba fience,umama wakho,ubabawakho nomngani nje obumkhonzile mhlampe washona nowaliwa usesethandweni ,Mina nje nginawo ngiyathandaza awudluli
Umzwangedwa Its Not Onli About Love, But Umuzwangedwa Yinto Esuke Ikudla Wedwa NgaphakaT, Kungaba Yizinkinga, Yizikweletu, Ukuhlukumezeka Okanye Icala Olenzile! ABANTU ABANGALAHLI IMEANING YEGAMA BAYENZE KUBE ENGATH IGAMA LIMAYELANA NOTHANDO KUPHELA.
Ukukhumbula noma ukulangazelela into eyigugu kuwe kodwa usuke ungekho eduze kwayo kodwa ulangazela ukusondelana nayo ngenxa yezizathu ezithile ungakwazi ukuba nayo. Kungaba isthandwa sakho noma umtwana okanye umzali.
Mina ngazi ukuthi umzwangedwa ile feeling yokuba lonely
lonely (definition)
1. sad because one has no friends or company.
2. unhappy because you are not with other people