Bengifisa ukwazi ukuthi ngabe yini unomkhubulwane?
Anonymous Answered question June 10, 2021
UNomkhubulwane inkosazane yezulu, efika iyisiwishiwishi okuyinkosazane enamandla futhi enolaka. Abanye bathi inkanyamba ke.
Anonymous Answered question June 10, 2021
Inkosazane yeZulu okwiyona elawula imvelo njengoba skwazi nokucela imvula mase isomiso sibhokile
Anonymous Answered question June 10, 2021